Ngokuya ngokhondolo lwemvelo yesintu, okungubuso boqobo besintu, obukwazile ukuqhubeka kuze kube yimanje bekungeyona into elula, futhi kungenxa yalokhu amandla amakhulu kaNkulunkulu eye abonakala. Ngokusekelwe ngokuthe ngqo enyameni nesenkohlakalweni kadrako omkhulu obomvu kuze kube manje, uma bekungekhona ukuholwa uMoya kaNkulunkulu ngabe ukuphi umuntu namuhla? Umuntu akakufanele ukuza phambi kukaNkulunkulu, kodwa uthanda isintu ngenxa yokuphatha Kwakhe nokuthi umsebenzi wakhe omkhulu ufezeke ngaphambi kwesikhathi eside kakhulu.
27.2.18
Christian Video | The Best Decision of My Entire Life—Accepting Almighty God’s Work of the Last Days
Since Almighty God began His work of the last days in China, more and more people have come to spread and bear witness to His words. Almighty God’s end-time work long ago expanded outside of China’s borders, and His words have been translated into many different languages and published online.
26.2.18
Izexwayiso Ezintathu
Njengekholwa likaNkulunkulu, akumele wethembeke kunoma ubani omunye ngaphandle Kwakhe kukho konke futhi kumele ukwazi ukuhambisana nentando yakhe kuzo zonke izinto. Noma kunjalo, nakuba wonke umuntu eyiqonda le mfundiso, la maqiniso asobala futhi avamile, ngokumuntu, awabonakali ngokugcwele kuye, ngenxa yobunzima bakhe obehlukene, njengokungazi, ukungabi nangqondo nenkohlakalo.
Isahluko 36
Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla, amehlo womabili enamathele Kimi, kungathi iso lakhe liqaphele isitha—kukulesi sikhathi kuphela lapho ngizwa khona ukubuna kwakhe.
25.2.18
Isahluko 35
Kulezi zinsuku, bonke abantu, ngamazinga ahlukahlukene, bafinyelele ekuthini basolwe. Njengoba uNkulunkulu ethi, “Ngiya phambili nabantu beseceleni Kwami.” Lokhu kuliqiniso lempela, kodwa abantu abakakakwazi ukuliqonda ngokwempela leli phuzu. Ngaleso sizathu, ingxenye yomsebenzi kwasebewenzile kube ngongenasidingo. UNkulunkulu wathi, “Ngiyabesekela futhi ngibanikeze ngokuvumelana nbunjalo babo.
Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu
Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami. Ngenxa yokuthi ukuqonda kwenu kuphansi nokwazisa kwenu nakho kuphansi, cishe anisazi nhlobo isimo Sami kanye nobunjalo Bami, kuyinto ephuthumayo ukuthi nginazise ngalokhu. Kungakhathaleki ukuthi nina ubukuqonda kangakanani lokhu ngaphambilini noma ukuthi uzimisele ukuzama ukuqonda lezi zinto, kusamele nginichazele ngazo kabanzi.
24.2.18
Okumayelana Namagama nokuthi Ungubani
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)