Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula south african gospel songs. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula south african gospel songs. Bonisa konke okuthunyelwe

9.7.18

South African Gospel Song “Iqiniso Liphezulu Kunazo Zonke Izisho Zempilo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu


South African Gospel Song "Iqiniso Liphezulu Kunazo Zonke Izisho Zempilo"

I
Iqiniso lingokoqobo kakhulu kunazo zonke izisho zempilo,
futhi liphakeme kunazo zonke phakathi kwaso sonke isintu.
Libizwa ngesisho sokuphila ngoba liyilokho,
ngoba liyilokho uNkulunkulu akucelayo kumuntu futhi liwumsebenzi owenziwa Nguye mathupha,
uNkulunkulu akucelayo kumuntu futhi liwumsebenzi owenziwa Nguye mathupha.