Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ihubo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ihubo. Bonisa konke okuthunyelwe

1.7.18

UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu


UNkulunkulu Usesimweni Somuntu Ukuze Nje Anqobe USathane Futhi Asindise Sonke Isintu
I
Ngesikhathi salokhu ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu emhlabeni,
wenza umsebenzi Wakhe phakathi kwabantu.
Wonke lo msebenzi unenhloso eyodwa – ukunqoba uSathane ongudeveli.
Uyonqoba uSathane ngokunqoba umuntu,
nangokukwenza uphelele.