Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBhayibheli Elingcwele. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula IBhayibheli Elingcwele. Bonisa konke okuthunyelwe

15.12.19

Mayelana neBhayibheli (4)

iBhayibheli

Abantu abaningi bakholwa ukuthi ukuqonda nokukwazi ukuchaza iBhayibheli kufana nokuthola indlela yeqiniso—kodwa empeleni, Ingabe izinto zicace kanjalo ngempela? Akekho owazi iqiniso leBhayibheli: ukuthi aliyilutho oludlula umbhalo womlando ngomsebenzi kaNkulunkulu, kanye nobufakazi bezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu zaphambilini, futhi alikuniki ukuqonda izinhloso zomsebenzi kaNkulunkulu. Wonke umuntu oke walifunda iBhayibheli uyazi ukuthi likhuluma ngezigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu ngesikhathi seNkathi Yomthetho kanye neNkathi Yomusa.

20.5.19

1. Yini iqiniso? Yini ulwazi lweBhayibheli nemfundiso?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,izwi likaNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

"Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu.""Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, … egcwele umusa neqiniso"(Johane 1:1, 4).

Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila” (Johane 14:6).

Bangcwelise ngeqiniso lakho: izwi lakho liyiqiniso” (UJohane 17:17).

12.6.18

Mayelana neBhayibheli (2)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,IBhayibheli Elingcwele

  IBhayibheli futhi libizwa ngokuthi iTestamente Elidala neTestamente Elisha. Niyazi ukuthi “itestamente” kuchaza ukuthini? “Itestamente” eTestamenteni Elidala livela esivumelwaneni sikaJehova kanye nabantu bakwa-Israyeli, ngesikhathi ebulala abantu baseGibhithe futhi wasindisa abakwa-Israyeli kuFaro.

11.6.18

Mayelana neBhayibheli (3)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,IBhayibheli Elingcwele

 Akuyona yonke into eseBhayibhelini engumbhalo wamazwi akhulunywa nguNkulunkulu mathupha. IBhayibheli lethula izigaba ezimbili zomsebenzi kaNkulunkulu waphambilini, ingxenye eyodwa ingumbhalo ngokubikezela kwabaphrofethi, enye ingxenye yilokho abantu abadlule kukho kanye nolwazi olubhalwe ngabantu abebesetshenziswa nguNkulunkulu ngesikhathi sonke sezinkathi. Izinto abantu abadlula kuzo ziyangcoliswa imibono nolwazi lwabantu, lokhu okungenakugwemeka.