Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula 2018 Gospel Movie Clip. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula 2018 Gospel Movie Clip. Bonisa konke okuthunyelwe

30.11.18

2018 Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono


2018  Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uza Emhlabeni Futhi Uba Ngumnikelo Wesono

NgeNkathi Yomusa, iNkosi uJesu yafika phakathi kwabantu yase ibethelwa ngenxa yabo. Yakhulula umuntu ekuboshweni ngumthetho, futhi ngenxa yomnikelo wesono, isintu sathokozela uthando nobubele beNkosi…. Ukuza kweNkosi uJesu kwangenisa isintu enkathini entsha. Khona lapho, wenza ngcono ubudlelwane phakathi kukaNkulunkulu nomuntu, waphinda wavula isiqalo esisha, ukuqala kabusha komsebenzi kaNkulunkulu wokuphatha phakathi kwesintu.