1.1.19

Ngabasondelene NoNkulunkulu Kuphela Abafanele Ukumsebenzela

Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | "Ngabasondelene NoNkulunkulu Kuphela Abafanele Ukumsebenzela"

I

Labo abasebenzela uNkulunkulu kufanele babe ngabasondelene Naye,

bathandwe nguNkulunkulu futhi bathembeke Kuye.

Noma wenza ngaphambili noma ngemuva kwabanye,

intokozo kaNkulunkulu uyakwazi ukuyizuza

futhi uyoma uqine phambi kukaNkulunkulu.

Noma ngabe abanye bakuphatha kanjani,

uzohamba indlela yakho,

unike ukukhathazeka kwakho emthwalweni kaNkulunkulu.

Lokhu ngukuba ngosondele kaNkulunkulu.

Lokhu ngukuba ngosondele kaNkulunkulu.

Abasondelene noNkulunkulu ngabayizethenjwa Zakhe.

Babelana Naye okumkhathazayo nakufunayo.

Noma benezinhlungu futhi bebuthakathaka, bayakwazi ukubekezelela ubuhlungu,

bashiye abakuthandayo ukuze banelise uNkulunkulu, ukuze banelise uNkulunkulu,

II

Abasondelene noNkulunkulu bakwazi ukumsebenzela

ngoba banikezwa umsebenzi nomthwalo kaNkulunkulu.

Bayakwazi ukuthatha inhliziyo kaNkulunkulu njengeyabo,

bengacabangi noma bayalahlekelwa noma bayazuza.

Nangaphandle kwamathemba,

bazokholwa ngenhliziyo ethanda uNkulunkulu.

Ngakho lolu hlobo lomuntu lubizwa ngokuthi ngolusondelene noNkulunkulu.

Lokhu ngukuba ngosondelene noNkulunkulu.

Lokhu ngukuba ngosondele kaNkulunkulu.

Abasondelene noNkulunkulu bayizethenjwa Zakhe.

Babelana Naye okumkhathazayo nakufunayo.

Noma benezinhlungu futhi bebuthakathaka, bayakwazi ukubekezelela ubuhlungu,

bashiye abakuthandayo ukuze banelise uNkulunkulu, ukuze banelise uNkulunkulu,

III

UNkulunkulu unikeza imithwalo eyengeziwe kubantu abanje.

Ngabo, okuyokwenziwa nguNkulunkulu kuyavezwa.

Ngalokhu abantu abanje bathandwa nguNkulunkulu.

Bayizisebenzi ezifuna inhliziyo Yakhe.

Abasondelene noNkulunkulu bayizethenjwa Zakhe.

Babelana Naye okumkhathazayo nakufunayo.

Noma benezinhlungu futhi bebuthakathaka, bayakwazi ukubekezelela ubuhlungu,

bashiye abakuthandayo ukuze banelise uNkulunkulu, ukuze banelise uNkulunkulu, o.

ithathwe kwethi “Indlela Yokusebenza Ngokuzwana Nentando kaNkulunkulu”

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Awekho amazwana:

Thumela amazwana