14.8.18

South African Gospel Song “UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

South African Gospel Song“UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo” Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu

I
UNkulunkulu Uyehla Nesahlulelo
Esehlela esizweni sikadrako omkhulu obomvu.
UNkulunkulu uyaphenduka abheke umhlaba bese uqala uzamazama.
Ngabe ikhona indawo engabhekani nokwahlulela Kwakhe?
Noma iphile esishayweni asehlisile?
Kuphi naphi lapho Eya khona Usakaza imbewu yencithakalo,
UNkulunkulu ufisa ukwenza abantu abaningi bamazi Yena, baMbone bese bemhlonipha kakhulu.
Abakaze baMbone sonke lesi khathi, kodwa manje Ungokoqobo impela.

II

Kodwa ngakho unika insindiso futhi ekhombisa uthando Lwakhe.
UNkulunkulu ufisa ukwenza abantu abaningi bamazi Yena, baMbone bese bemhlonipha kakhulu.
Abakaze baMbone sonke lesi khathi, kodwa manje Ungokoqobo impela.

kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangenisi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo konoma iyiphi inhlangano yesithathu futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana